Igama elithi "iNsulansula" lisetshenziswa ezindaweni ezahlukene emhlabeni wemithi yesintu kulezi zitshalo ezihlobene: Eriospermum mackenii, noma Eriospermum spp.. (umndeni Liliaceae s.l.). Akukacaci ukuthi iyiphi kulezi ebhekiswa kuyo ngqo kule ndawo - kudingeka ucwaningo olubhekene nendawo/isiko elithile ukuze kuqinisekiswe.
Nsulansula umuthi uyangeni emthini wecala. Nsulansula umuthi uyasebenza ekwenzeni isigqabo sothando. Insulansula iyangena emithini yokuqinisa ubaba wekhaya ongasavuki. Iyelapha izifo eziningi ezisemzimbeni insulansula. Iyangena ekuqiniseni uthando as idliso langaphansi ukuthi umuntu wakho engezosuka kuwena.
What is insulansula plant used for?Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |